Isifukamelisi

Ababhali/Abadwebi

Puku.co.za indawo lapho ongaxhumana khona nabantu abathanda ukufunda izincwadi zabantwana kanye nalabo abangababhali, abahumushi kanye nabashicileli zazo. Siyayithokozela imisebenzi ephuma kumanye amazwe aseNingizimu ne-Afrika, kodwa asizimukeli izethulo noma sishicilele imibhalo ephuma kulamazwe. Noma kunjalo, siye sicebise ukuthi ungenzenjani ukuthi umsebenzi wakho ube ngcono futhi sikusize ekutholeni abathameli bawo.