Below you will find details of the isiZulu webinar ‘Iqhaza lezincwadi zezingane ekugcineni ulimi lwesizulu’. You will also find the recording of the webinar embedded from YouTube. We invite you to subscribe to our Puku Channel on YouYube at this link: https://bit.ly/Puku-YouTubeChannel
Details of the Webinar
Moderator– Dr Gcina Mhlophe
Panelists:
Prof. Nomalanga Naledi Mkhize,
Mr. Sandile Ngidi,
Prof. Sihawukele Ngubane,
Mr Siya Masuka,
Mabutho “Kid” Emmanuel Sithole,
Mr Mandla Mona,
Mr Fred Khumalo,
Dr C. Zwane,
Vote of thanks:
Dr Nokuthula Msimang
The highlights written in isiZulu
We bring you the introduction with a link to the full report.
Umbiko we Webinar yesiZulu
- Isethulo
Evula ingxoxo, umphathi wohlelo uDokotela Gcina wathi izilimi zaseAfrika zisemqoka ekudluliseni ulwazi. Udokotela Mhlophe wathi omama baneqhaza elikhulu ekubeni yisizinda sokufundisa izingane ulwimi – kungakho nje kukhulunywa ngolwimi lwebele. Ubonge uPuku ngokushicilela izincwadi zabantwana ezibhalwe ngolwimi lwebele kanjalo nokugquguzela ukufundwa kwalezizincwadi eMzansi Afrika. Ube esebonga ubuholi obuqotho buka Elinor Sisulu okunguye ohola Puku nemibhidlango yakhe enhlobonhlobo.
- Amazwi Izikhulumi Ezavula Ngawo
Dr Celani Zwane
“Uthando lolwimi lwebele kumele lugqugquzelwe ingane isencane. Umuntu onesisekelo esiqinile solwimi lwebele, ubamba kalula kwezolwazi nokuba nezwi elizwakalayo. Akungabazeki, isisekelo solwazi, ulwimi lwebele.”
Fred Khumalo
The likes of Dr Gcina Mhlophe and initiatives like Puku, have shown the way, and continue to inspire more writers like us to see it is now possible to write and get published in our mother tongues. Let us use the Internet, films and other modern platforms to make sure that the effort to enhance our languages is multipronged.”
“Kusemqoka ukuthi umbhali owuhloniphayo umsebsenzi wakhe abe nezimpande ezijulile olwimini lwakhe lwebele. Noma umbhali eseke wakhipha izincwadi ngesiNgisi, ukubhala ngolwimi lwakhe lwebele yindlela yokuliphilisa lelo lwimi. Amavulandela anjengoDokotela Mhlophe aseyikhombisile indlela benezinhlangano ezifana noPuku. Nayo i-Internet nezinye izindlela zobuchwephese besimanje, akusetshenziswe ekuphakamiseni izilwimi zebele.”
To continue reading this isiZulu report, please click on the following link for the full report:: https://bit.ly/3kejCQ7
Webinar recording
The webinar recording can be found on YouTube at the following link: https://bit.ly/3gppK6S
The webinar can also be watched below:







