Usosayensi Owalibaleka Indaba kaSaul Sithole‘Lena yincwadi enogqozi ezokhuthaza ososayensi abasebasha ukucija amakhono abo bafune umsebenzi wesayensi ngomdlandla noma ngabe bezogxila ezinyonini izilwane ezincelisayo amathambo asendulo kumbe eminye imikhakha yempilo eyehlukahlukene embulungeni engumhlaba wethu esiwuthandayo.’ – Solwazi Francis ThackerayUSosayensi OwalibalekaIndaba kaSaul Sithole yindaba engaziwa yevulandlela elingusosayensi onsundu owaba negalelo elikhulu emikhakheni yocwaningo lwe-antropholoji ne-onitholoji eNingizimu Afrika. USaul Sithole wabe ezinikele emsebenzini wakhe kangangoba nengcindezelo yobandlululo ayimvimbelanga ukuba anikele ngeminyaka engamau-62 yempilo yakhe emhlabeni wocwaningo lwezinyoni kanye namathambo asendulo. USaul Sithole akazange akuthole ukuhlonishwa okungokomthetho ayekufanele – kuze kube manje. Leli bhuku liveza ubuqiniso ngamagalelo akhe libonisa umsebenzi wokuphila kwakhe futhi libeka obala indaba ezovusa ugqozi lwezizukulwane ezizayo zososayensi.
R196
| ISBN | 9781431430116 |
|---|---|
| Language | isiZulu |
| In other languages | Afrikaans |
| Format | Paperback / softback |
| Edition | 1 |
| Publisher | Jacana Media |
| Publication date | 1 January 2020 |
| Author/s | Lorato Trok |
| Contributors | Lorato Trok (Illustrator, Translator), Eric Saint George (Illustrator) |
| Size | 14.6cm x 21.2cm x 1.2cm |
| Subjects | Birds, History, Identity, Inspirational, Natural History, Young Adult |
| Tags | Zulu |
Order fulfilment through Biblionef.
Shipment via our courier partners, The Courier Guy.
Local 1– 2 working days: Local Same Day (Western Cape main centre) Regional & Remote Areas up to 4 working days. FREE for orders over R300; R100 for orders less than R300.
Main centres: 2 – 4 working days: Economy courier (main centres: Durban, Bloemfontein, Port Elizabeth, Pretoria, Johannesburg) FREE for orders over R300; R100 for orders less than R300.
Regional & remote areas: 4 – 8 working days: Economy courier (regional and remote areas) FREE for orders over R300; R100 for orders less than R300.
All transactions are secure and encrypted. We use Payfast for all card payments. (Check if via 3D secure is relevant)
Fullfillment and shipping by Biblionef.
Welcome to Puku’s new website and children’s bookstore. We are excited to introduce a rich selection of children’s books in South African languages, to readers young and old.