Review

Reiewed Book: Mbomvana Oligugu

Reiewed Book: Mbomvana Oligugu

Mbomvana Oligugu

Review by Anonymous

mbali enhle yesizwe. Lendaba imayelana nentombazane ogama lakhe lingu Katrina owazalwa ngesikhathi sobandlululo. Konke lokhu kwenzeke ngesikhathi sasekuseni nasebusuku endaweni yase plazini nase sesikoleni.

mbali enhle yesizwe. Lendaba imayelana nentombazane ogama lakhe lingu Katrina owazalwa ngesikhathi sobandlululo. Konke lokhu kwenzeke ngesikhathi sasekuseni nasebusuku endaweni yase plazini nase sesikoleni.

Umbhali usebenzensise izilwimi ezahlukahlukene ebhala isiZulu,isiBhunu kanye nesi Nluu. Isi Nluu ilona limi abaqakambisa ngalo kakhulu kulendaba ngoba ulwimi abalincela kubazali babo. Umbhali aphinde atshengise ukuthi kumele siziqhenye ngemvelaphi yethu. Imidwebo yalencwadi yinhle kakhulu futhi igqamile ihambisana namagama asencwadini. Izithombe zisebenzise imibala egqamile futhi ekhangayo. Lencwadi ikubeke kucace konke okumayelana nempilo yobandlululo nokuphela kwalokho. Ulwimi lalendaba likahle lingafundwa abantwana abasesigabeni sesine. Ngingakhuthaza abazali ukuthi abafundise izingane zabo izincwadi ngokubafundisa ulwimi lwabo. Ungavumeli umuntu wangaphandle akwenze ukhohlwe ukuthi ungubani futhi uvelaphi. Sibona ukusebenza kolwimi ezindaweni njengasephalamende,imihlangano kamasipala lapho kukhuthazwa ukusebenzisa kolwimi. Umhlaba unosuku alibiza ngosuku lwebele( 21 February , lukhuthaza abantu bakhulume ulwimi lwabo. Ngiyithokozelile kakhulu incwadi ,kungaba kuhle wonke umuntu afunde ngobuqhawe buka Katrina.

Other reviews of this book

No more reviews of this book were found

Dear readers.

Welcome to Puku’s new website and children’s bookstore. We are excited to introduce a rich selection of children’s books in South African languages, to readers young and old.