Review Language: isiZulu

U-Afi nesigubhu somlingo

Review by Mpumie Njobe

Baphi kanti? Bahambe ngamuphi umgwaqo? Intombazanyane encane ikhathele isilala ngaphansi kwesihlahla idukelene nabazali bayo.

Ikatshana Elinesibindi

Review by Nokhubanga Sikhale

Umbhali walencwadi ungowesifazane wokuqala omnyama eNingizimu Afrika ofundisa ukutshuza emanzini ajulile, futhi ungumsunguli we-Black Mermaid Foundation.

Ulouba, umdlali webhola omncane

Review by Mpumie Njobe

ULouba uhlala eDoumpa, eN’Djamena, lapho impilo ingelula khona ngaso sonke isikhathi. Kodwa uLouba unabangane bakhe, uthando lwebhola kanye nephupho lakhe.

UNozincwadi, uMama Wezincwadi

Review by Pretty Olifant

Lelibhuku liyisikhumbuzo esiqotho kubaba wakhe umlobi owayemsekela futhi emthanda, esekelwe endabeni yangempela.

Ngingymhlaba

Review by Abednego Mandlenkosi Maphumulo

Yini engiyibonayo endizayo?

Review by Nonhlanhla

I am Shudu: Finding my voice knowing my strength

Review by .

Nginsundu Nginezinwele Ezisongene

Review by Dorah Majola and Mpumie Njobe

Noma ungaba nebala elinsundu nezinwele ezisongene, kodwa usewumndeni.

Udla ini uMpumi

Review by Dr. Sizeni Makhathini

Incwadi igcizelela ukudla ngendlela enempilo

LADUMA

Review by Dorah Majola and Mpumie Njobe

Laduma yindaba ejabulisayo yabantwana ngomfana ogama lakhe nguPeter, ophupha ukuba yinkanyezi yebhola. obuqinile.

Isithunzi

Review by Thembinkosi Kohli

Indaba imayelana nomfana omncane olandelwa isithunzi sakhe. Uhamba ubona isithunzi sakhe sikhula sikhula agcine esekhuluma naso.

Kwezi : Ushicilelo Lozenzela Iqoqo 2 Issues 4-6

Review by Pretty Olifant

iZipho zikaMoya nohambo likaKwezi. Incwadi yecomic eqala ngoKwezi kanye nomngane wakhe omkhulu uMohau behamba benqamula indawo maphakathi nogwadule iNAMIB.

Amantombazane Awakwenzi Lokho

Review by .

Usuku LukaMpumi kanye NoJabu Olunomlingo!

Review by Mpumie Njobe

Uhlohlesake Indoda Enomhobholo - Folk Tale 2

Review by Pretty Olifant

Indaba emnandi ibekwe endaweni engekude kangako esikhathini esingekude kakhulu esidlule. Umdeni ojabulileyo onobunye ovivinywa lapho ubhekene nobunzima besomiso.

Ukuphi uNaledi?

Review by Jackie Mondi and Sibusisiwe Thembela

Izinyane lobuBhibhi lifunda ngobungozi bempilo yasendle.

Igobolondo elilahlekile

Review by Sandile Ngidi

Lendaba ebhalwe ngokususelwa ezinganekwaneni zaseIvory Coast iqala kamnandi ngokuthula umlingiswa omqoka ogama lakhe nguTutu.

Ukumamatheka kukaPeggy

Review by Anonymous

Le ndaba imayelana negundane igama lalo nguPeggy. Yenzeka ngezikhathi zasekuseni ngelanga lesikole endleleni eya esikoleni.

Ucitronella

Review by Nonhlanga

Imbila Yaswela Umsila - Folk Tale 7

Review by Pretty Olifant